
Wednesday Apr 15, 2020
Abelaphi Bendabuko - Healing during Lockdown
Ubhubhane legciwane iCOVID-19 selufake enkulu ingcindezi kubelaphi bonke, kubelaphi bendabuko abelapha ngamakhambi esintu kanye nalabo belaphi abelapha ngamakhambi aseNtshonalanga. Sibonga amathonga aseNingizimu Afrika kanye noNkulunkulu ngobuhlakani kanye nolwazi abalunikeze abaholi bethu ngalesikhathi esinzima.
Siyasiqonda isidingo sokubekwa kwemibandela ethile ekufanele ilandelwe. Sicela ulalele uPhepsile Maseko weTHO kanye noSolly Nduku.
No comments yet. Be the first to say something!